Inkondlo yothando
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Inkondlo yothando, College & University, Umhlanga Rocks.
Angisoze ngakushiya
Sthandwa Sami ngiyazi maningi amaphutha obe nawe kuloluthando lwethu ngithi kuwe namhlanje umuntu ukhula ngamaphutha angisoze ngakulahla ngohlezi ngithanda impilo yami yonke ungowami wena futhi nami ngowakho cela ubuye mina yakhumbula lemfudumalo besinayo sobabili uthando lwethu besinalo angisoze ngashiya.
Babe❤
Bambo lwami wena phakade lami
babe ngiyakuthanda❤babe uthando enginalo ngawe ngingalulinganis´ngolwandle ngisho ngoba ulwandle alwaziwa lugcinaphi babe uhlale wazi ukuthi kweyami inhliziyo kubusa 💕Wena kuphela babe kweyami ingqondo kuhlezi kukhona wena yakuthanda babe❤💕
Baft yaxolisa ukunyamalala kangaka kodwa sebuyile nenkondlo
mangabe uyidinga shiya isihloko sakho zobe seyabhalela inkondlo🙏
I'm back gys
Inkondlo yothando
Hi gyyz ngicela usizo ngicela nibhalela isikhangiso samaswidi
Ngiyazi ipage lezinkodlo zothando kuyaphuthuma
Sthandwa sami
Khethile khethile
khethiele khethile themba lami loqala logcina lapho kuwe ngithole umaqondana❤💗💖❤ ngisho ngoba kudala ngihamba ngizulazula ngifunana noThando lwangempela😍😍😘Namhlanje konke kufeziwe Nkosi ngicela uzungi gcinele yena
Khethile khethile Bambo lwam💔💔💕 ngicela ungangabazi nakancane ngoThando lwethu💔 yathanda Sthandwa Sami💕💕💕💞💞
Hy gyz💗❤❤💗💗
Sthsndw Sami
Ngybong' ukungenelisa nokunginika uthand' okukade Ngilifuna ngiwela imiful' kanye nemihosha
Sthandwa Sami ngiyabonga inhlonipho onginika mihla namalanga yazi mina ngawe ngiyazifel' uthando onginika lona lingikhulisile langenelisa phela wena ungenza ngazizwa njenge Ndlovukazi
Yathanda Bbe😍😍😍😘
Hy gyz ngiyaxolisa ukungani phenduli kwi inbox ngibusy kakhulu zokwenza konke enikucelile ku inbox uma thola iskhathi
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
Umhlanga Rocks