Maka Enzo Inunengafi
NginguMaka Enzo ngimele bonke OMAMA bezingane ababizwa ngezinunu ezingafi
17/06/2026
Mnaks ake uthathe isbuko, uklanule uzibukisise kahle, WENA UNGAYIKHOTHA LENTO ESIKHOTHISA ABAFANA?
Mawakhe mawuzazi angeke uthole lutho kule MOTHERS DAY khala kule post +isthombe sakho, okthandile uzokthulisa nge comment!
Kwamina Ngibuye Ngizitshele Ukuthi Ngfake Pad Kanti Cha Isona Sodwa🙆♂️😭🔥.
ma 80s sazesafa izinza elimhlophe 🤷🤣
Uban owasitshela ukuthi ingane mayikhuluma isingisi ihlakaniphile
.....ebese kuba izizathu ezenza thina bo Baby Mama sinqabe nezingane ukuty ziyohlala naboBaba bazo.
1. Asimfuni uMamncane wezingane, ingoba ungcono kunami
2. Asimthembi uMamncane angadlisa izingane ushevu
3. Ngizophucwa ikhadi leqolo liholwe uMamncane bese kulimala budget yami
4. Lemali ondla ngayo ingane inyanga nenyanga isizovaleka ngakimi
5. Izodla iphile kahle noMama ongayizali
6. Ngisuke ngisamthanda uBaba wazo ingakho ngilwa ngengane.
7. Angeke ngisayithola baby mama allowance
8. Angeke ngisakwazi ukucela ngengane
OKUPHI OKUNYE OKWAZIYO?
Bazalwane mangase siye ma tarven siyotshela izidakwa ukuthi Ujesu uyinkosi nomsindisi. ZININGI EZINGAPHENDUKA ZISINDISWE
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Telephone
Website
Address
Mapumulo
4470