Mangena

Mangena

Share

| 071 910 7429 | 067 361 5582 |
mangenä ngeke kawubhale inkondlo ndoda🖎✍💖

24/05/2026
23/05/2026

Mangena❤️

19/05/2026

Uma nithandana noma nishadile...kuwumqondo o right yini ukubheka ifoni ka partner wakho? Nenzenjani wena kweyakho I relationship?

19/05/2026

On this day 2 years ago (19 May 2024)ngyethemba nangonyaka olandelayo ngalo lokusuku sobe sisendawonye sijabulisa izimvemvane masiqhamuk🥺ngigqoke amateki amnyama asegugile😁bhulukwe elimnyama nalo angsalazi nokuthi liphi🥵🙆🏻‍♂nesikibha esi black and white lesi esengisinqumile🥺😁wena ugqoke skibha esi lime grean i jean nophaqa uluke umluko osa snoop ono line abay less than 10😂🤭

Ngangiziphilela nje okungatheni ngizifunela intomb engzophila nayo leso skhathi wangidlisa ngagcin sengibona umuntu engingaphila naye impilo yami yonke🥺ngyadlala indlela yokwenza nempatho engingash kuth ngangizizwa ngiyinkosi 🥺ekhonake ama ups and downs awaphumelelanga nakuba isimo simanzonzo kulamalanga💔🥺 koba nzima kuqala phansi impilo ngaphandle kwakho wena kaNgwane🥺ngakhoke aselethelwa khona zingelosi zezulu asikuphilele🥺silindele umdali esibusise ngezinjongo zakwaMhlaba ukuze sofezekisa izifiso zezingelosi zakithi ezasihlanganisa🥺nhliziyo yami yazi wena mangwane😥

Ngzocela kùnethulela incwadi esihloko sithi "Uthando Lwaka Moya" maduze nje ngizoyiqedela izonichazela ngohambo lwami nalentokazi njengoba nencwadi "Uthando Olusempini" yanichazela ngohambo lwami nentokazi yako Zikode yabe isivala ngezinjongo zebhungu ngayo😁
Nayi ntokazi yako Ngwane incwadi iyeza soon hope nizoyithokozela

18/05/2026

Its where the heart is🏡🏘🥺❤️

15/05/2026

Empilweni kumele uzibambe ziqine🫩🥺

11/05/2026

Angiceli okuningi ukuthi nje ningiphe 10 subs sihlale lapha ku 1k mase ngyaqalake ngishaye engidume ngazo plz🧎‍♂️
youtube.com/channel/UCKn3tpC9joCGsAjVi3kLbqA
👏👏💯

28/04/2026

Lathi ichunu asohlupba😂💪

28/04/2026

Gadla maaan💪💪🔥

28/04/2026

Impi ngeyakho wemathandukulwa

28/04/2026

We are happy to be called xenophobic as south africans - PHAKELUMTHAKATHI💯🔥

Want your public figure to be the top-listed Public Figure in Mapumulo?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Address


R74
Mapumulo
4470