BlackQ TiQue Nation Coding RSA
Fellow Followers This Thandazani Buhlebenkos Mzukulu Ka MaQwabe Dladla ngzalwa UNcadi Shoti ManTee
24/09/2023
We are Still Grateful for kugcinwa esandleni somusa...sivukile sphilile
Kindly Follow and Support my Page by Liking and Reacting to My Posts ❣️
07/10/2022
Lala uphumule MaShamdu Wibekile Nduku ebandla waslethela umjabulisi wesizwe iqhawe
Ngangiqala ukubona umama uMaShandu mhla kudlala iMC Tshatha 11 nezeGcokama Elisha eMdletsheni.
Walayeza kuMthandeni ukuthi akangilethe endlini yakhe ngizomubingelela. Wajabula umuntu omdala ngendlela eyangimangaza, sahlala saxoxa eside isikhathi engikhumbuza nezinto esengazikhohlwa enganginokuzisho emsakazweni. Selokhu aba umlandeli wami kusukela ngifika emsakazweni ngo 2003, uthi wayejatshuliswa ukubona ingane yendawo ivelele emsakazweni kanti phela kwelakithi kusemakhaya okwakungacabangeki ukuthi kungaqhamuka umsakazi ovelele” Amazwi akhe lawo umama uMaShandu. Qede wangibusisa egameni likaJesu, wangifisela impilo ende! Wathi kade ayebuza kuMthandeni ukuthi ngiyofika nini lapha ekhaya ngizomubona, kwaba yinjabulo ukuthi ngagcina ngifikile ekhaya kwaManqele ngamubona. Kanti ngase ngimuvalelisa, ewu ukuphila kunzima bafwethu💔
Into eyangimangaza indlela abezwana ngayo umama noMthandeni, ngahlekiswa nawukuthi ivele ithethe nje intombi endala eskhaleni kayinendaba nokuthi lensizwa eyizele ekazwelonke. Sesihlezi endlini nomfwethu uMasheshisa nomfowabo kaMthandeni ongumfundisi. Ngithi nje qinani nganezakwethu, emndenini wonke wakwaManqele nakuMthandeni njengoba bebezwana kangaka nje nomama!
Okuhle ukuthi umama ubengumuntu okholwa nguJesu, lokho kusho ukuthi uzibekele indawo embusweni weZulu. Ibhayibheli lithi bonke abakholwa nguJesu bayophila phakade embusweni wakhe. Yingakhoke siduduzeka noma silahlekelwe ngoba sinethemba lovuko lwabafileyo olushiwo incwadi yabaseThesalonika 4:16,17.
Phumula ntombi endala🙏🏽💔
🔥💯TDS is Into Industry please support your Hommies we Love we Care For yhu 🔥🤝💯❤️🌹❣️😘
24/07/2022
🔥The Dynamic Squad 💥❣️
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the public figure
Telephone
Website
Address
Greytown