Mlwazet on RADIO

Mlwazet on RADIO

Share

Mlwazet on RADIO Mlwazet da entertainer, ngijabulisa abancane nabadala!!!

18/02/2026

Zanelise, Zithande, Zitotose, Zinakekele, Zicabangele, Zithembe Zijabulele, Zishayele Izandla 🀘

12/02/2026

Kwinkulumo yakhe ikuphi okukuhlabe umxhwele?

12/02/2026

President πŸ‡ΏπŸ‡¦ uyakhuluma

09/02/2026

Ave ngimuhle ekulaleleni, umuntu ngiyamupha indlebe neskhathi ngimlalele ngaphambi lokuba ngiphendule πŸ‘Š

09/02/2026

Uma yena engakuwe akukho noyedwa ongamelana nawe

09/02/2026

Beka Ithemba lakho ku Thixo not kumuntu wasemhlabeni

Photos from Mlwazet on RADIO's post 06/02/2026

Head Office ❀️🀩

06/02/2026

Yazi i feeling yokuthandana nongoti ayichazeki πŸ˜‰πŸ˜β€οΈ

30/01/2026

Ungalixoxi kakhulu nabantu iphupho lakho ngoba bazokuqeda amandla ubone engathi kunzima angeke kwenzeke, ayikho into engeke yenzeke futhi ayikho into engakufanele wena mhlampe efanele abathize abangcono.

27/01/2026

Kodwa uhulumeni wethu wase evikela abokufika kangaka abanganawo ngisho amaphepha okuba la e South Africa πŸ‡ΏπŸ‡¦ wagcindezela thina base Mzansi kanjena usho ukuthini ngempela πŸ˜”πŸ˜Ÿ

Umholi wenhlangano iMarch and March uJacinta Ngobese-Zuma uzozinikela esiteshini samaphoyisa sase Phoyinti eThekwini kusasa, kulandela ukuthweswa icala lokuphehla udlame emphakathini olubhekiswe kwabokufika kuleli.

18/01/2026

Izwe lase Senegal πŸ‡ΈπŸ‡³ ingomphetha be Afcon 2025/2026 ⚽️πŸ₯…πŸ”₯πŸ•ΊπŸ•ΊπŸ•Ί

Lendoda kuyomele bayibonge ikhombise ukuba nesibindi nobuqhawe ebuyisimanga ngoba ayyy khona kucishe konakala 😊😎

18/01/2026

Ayyy uNkulunkulu ukhona yonke indawo πŸ‡ΈπŸ‡³ ⚽️😊

Want your business to be the top-listed Media Company in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Nhlophenkulu Road Kwamashu
Durban
4360