Miya
Always Loving and carring���
10/29/2025
Sekudutshulwe kwabulawa uMsakazi
Ayikholakali namanje indaba yokudutshulwa kubulawe uMsakazi obesakaza kuMsakazo womphakathi uMgugundlovu Fm. UDumsani "Dumi Bee" Miya ubephinde abe umculi wokholo udutshulwe ngaphandle kwekhaya kakhe , ngesikhathi ehlaselwa ubenoNkosikazi wakhe kanye nengane yabo enonyaka owodwa izelwe .Ngokusho komkakhe, uNoxolo Miya, uthi bebesanda kubuya ekhaya bevela eGreater Edendale Mall, bathe besavula isango bangena ngemoto UNoxolo uthe ungene endlini ukuyolalisa ingane wezwa kuqhuma isibhamu kanti sekudutshulwa yena uMiya namanje lesigameko sisathuse abantu abaningi ukuthi aze adutshulwe nje ubenzeni umuntu obenomoya omuhle kanje ekukhonzile nokuzincokolela nabantu RIP💔😭
10/29/2025
EZIBUHLUNGU 💔😭⚠️
Kushone ingane eneminyaka emithathu emva kokuthi umama wayo onguNesi eyikhohlwe emotweni ejahe ukukhava isikhathi somhlangano esibhedlela asebenza kuso iseshego hospital eLimpopo.😭💔
Kuvela ukuthi uyishiye ekuseni ngo 7:00 wakhumbula ntambama sekushaye ihora lesithathu (3:00) ladlula ukuthi ubeshiye ingane emotweni, waphuthuma eyoyibheka udokotela wathi isishonile izwele ukushisa kakhulu amawindi evaliwe kungekho umoya ewutholayo, amaphoyisa asevule icala lokubulala ngokungenhloso.😭💔⚠️
10/29/2025
KUNZIMA 😭💔⚠️
Ushone njengeqhawe umfana obevikela umama wakhe bemdlwengula bavele bamgenca ngembazo ekhanda waze washona😭💔⚠️
u Sylvia Pule(51) kuthiwa ubelele nendodana yakhe u Philip Pule(9) ngesikhathi behlaselwa ngumuntu wesilisa ubusuku wabangenela endlini belele ephethe imbazo uthe embamba ezama ukumdlwengula wahluleka ngoba ubezilwela umama wagcina emhlahlela ngembazo uthe uyalamula umfana naye bamhlahlela ekhanda ngembazo bashona bobabili bagcine befihliwe nge weekend bobabili umama ne ndodana yakhe.. Lesigameko senzeke e Free State🕊️🕊️😭⚠️
UNGAKHOHLWA UKUFOLLOWER IPAGE LETHU Inhlanzeko Media Tv12
Uze uqome uMy friend nje yimaphi lamazwi akunqoba ngawo?🤕
Kuzolunga babhemu singayeki ukuzama
03/18/2025
"ngathi Nguye lo" ey
Umafikizolo
We Bobo Mbele unginyanyisile boy
03/14/2025
Uvele ube nebhadi
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the public figure
Telephone
Website
Address
Ha
Orlando, FL