Nichols J.P School

Nichols J.P School

Share

Nochols Primary School is a government school which start from Grade R to Grade 4. It's was est

28/11/2024

Sanibonani bazali

Sithanda ukukhumbuza bonke abazali bezingane ezifunda e Nichols Primary ngomhlangano wabazali we Budget 2025 ozokuba kanje:

Usuku: 01 December 2024
Indawo: Nichols Primary
Isikhathi: Ngo 2 ntambama (14hrs)

Siyabonga.

NR Chonco
Principal

15/03/2024

Bazali

Nasi isimemezelo. Cela nikhumbule futhi ukuthi ngesonto kunomhlangano wokukhetha amalunga e SGB cela abazali baphathe ama ID books abo. Cela niphumelele bazali

18/02/2024

Isaziso somhlangano wabazali

Ungomhlaka 10 March 2024 ngo 2 ntambama khona eskoleni.

Kuzokhethwa amalunga amasha e SGB

13/02/2024

Bazali

Izingane ziyaswenka kusasa, cela zifake u Red and white. Cela abasiphathele no R3

Siyabonga

10/02/2024

Nichols Primary

World Read aloud day was celebrated by learners from Grade R-4 and their teachers.

17/01/2024

Bazali

Siyabingelela kinina nonke bazali bezingane ezifunda e Nichols Primary School.

I Department of Education isikhiphe umyalelo wokuthi sisheshe sibadedele abantwana ngenxa yesimo sezulu esibhekene naso namhlanje.

Sicela bazali nizobalanda ke abantwana lapha eskoleni kusukela ngehora lokuqala.

Isikole siyophuma ngehora lokuqala kuze kube uLwesihlanu mhlaka 19 January 2024.

NgeSonto elizayo, siyobe sesiphuma ngezikhathi ezijwayelekile okuyilezi:
Grade R- 2, baphuma ngo 13h30
Grade 3 -4, baphuma ngo 14hrs

Siyabonga bazali.

NR Chonco
Principal

09/01/2024

Bazali

Cela niqaphele ukuthi amaphepha e Stationary enawathola eskoleni/ kwi report phezulu abhaliwe yini ukuthi 2024 if not that means wathola iphepha eli wrong lango 2023 πŸ˜”.

Sicela bazali sibambisane lakhulu kulonyaka. Uma udinga izinto ekumele uzothenge sizifakile kwi post engezansi. Ungaphinde uye naku whatsapp wesikole (0333994794) ngaphansi kwe catalog uzokuthola.

Siyabonga bazali cela sibambisane bazali ☺️

Photos from Nichols J.P School's post 06/01/2024

Stationary list for 2024

Cela nisithengele bazali.

18/12/2023

Nichols Primary inifisela amaholidi amahle siphinde sibonane ngonyaka ozayo πŸ˜€πŸ˜€πŸ˜€

Izikhala zisakhona ofisa ingane yakhe ifunde kuthi 🩷🩷

Model C School in Edendale

30/03/2023

Bazali

Sicela ukunazisa ukuthi izingane zonke kusasa zizophuma ngo 11am njengoba kuzobe kuwusuku lokuvalwa kwezikole.

Sacela niqikelele bazali ukuthi ingane iyalandwa ngesikhathi esikoleni. Sesiyoze sivule ngomhlaka 12 April 2023.

Sinifisela amaholidi amahle bazali.

Siyabonga
School Management.

04/02/2022

Bazali sinazisa ukuthi zonke izingane ziyabuya mhlaka 7/02/2022.

18/01/2022

Bazali kusasa silindele u GRADE 4 KANYE NO GRADE 2. Isikole singena ngo 7:30

Want your school to be the top-listed School/college in Pietermaritzburg?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Address


Scott Street
Pietermaritzburg

Opening Hours

Monday 09:00 - 14:00
Tuesday 09:00 - 14:00
Wednesday 09:00 - 14:00
Thursday 09:00 - 14:00
Friday 09:00 - 13:00