THABO RSA
SCORPION FOOTBALL CLUB OFFICIAL PAGE FUTURE OF TONGAAT
21/05/2026
Ezingenayo ‼️ 🫣😭
😭💔Yey cishe safa izolo singumphakathi😭😭
Kshuthi bengihleli izolo ekhaya ngbuka I TV ngabo 21:00 ebsuku ngezwa kukhala umama wakwa makhelwane ethi "Siizaani boo ngaafaaa💔" aii angibange ngisabuza lutho ngadonsa isagila Sam phansi kombede ngashona khona, mangfika khona ngfice nomphakathi usuphume ngobuningi bawo baphethe sonke isikhali ongasicabanga. Ay masithi syabuka lo Mama uvalelwe inyoka ekhoneni singene sizame ukumsiza sithe nje sisamsiza sfuna ukshaya inyoka , kube khona islima esivele sashaya iglobe kwabamnyama indlu yonke😭 sathi sithi sizama ukuyophuma ngomnyango usukhiyekile.. khona nje ovele wangigawula ngo celemba emhlane nam ngashaya Noma ubani oseduze, wonke umuntu ubeseshaya okumthintayo💔 kwimanje sooonke sisesbhedlela cela nisikhulekela🙏😭 ungakhohlwa ukungi follow
Contact the business
Telephone
Website
Alerts
Be the first to know and let us send you an email when THABO RSA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.